Share

Zibonele intatheli ilaxaza umsebenzi bukhoma

Juneau – Umangaze izinkulungwane umfundi wezindaba elaxaza umsebenzi bukhoma maphakathi nezindaba ngenxa yokungaphasiswa komthetho ovumela insangu e-Alaska.

Kubikwa ukuthi uCharlo Greene usho nenhlamba ngesikhathi ememezela ukuthi uyawushiwa umsebenzi. “F*ck it” usho kanjalo.

Umbiko we-The Independent uveza ukuthi lo mfundi wezindaba obese kunesikhathi esebenzela i-KTVA uthe usezofaka wonke umfutho wakhe ekuqiseni ukuthi nakanjani insngu igcina ngokuba semthethweni e-Alaska.  

OLUNYE UDABA: Ixoshiwe intatheli ehluleke ukubiza igama likaMengameli

Kubikwa ukuthi ukuthi ngaphambi kokuthi asule ukucacisile ukuthi nguyena umnikazi weqembu i-Alaska Cannabis elihamba phambili nokulwa kokwenza insangu ibe semthethweni kwazise ubekufihla lokhu ngenxa yomsebenzi.

Iningi lababukeli kuthiwa lisale lishaqekile kanti likhombise ukushaqeka kwalo ezinkundleni zokuxhumana.

Lokhu kuphoqe ukuthi lesi siteshi sibhale isixoliso okhasini lwalo kwi-Twitter.

“Siyaxolisa kakhulu ngokusetshenziswa kolimi olungcolile emoyeni. Lesi sisebenzi isinqanyuliwe inkontileka yaso,” kuchala lesi siteshi kule nkundla.
  
   

     

     -
“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 977 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 1016 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.5%
Rand - Pound
23.89
-0.4%
Rand - Euro
20.53
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.47
-0.6%
Rand - Yen
0.12
-0.4%
Platinum
912.60
-0.8%
Palladium
1,014.00
-1.2%
Gold
2,332.67
+0.5%
Silver
27.34
+0.1%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,574
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,837
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE