Share

Isikhulu esisha ePosini sithembisa lukhulu

Johannesburg – Usomabhizinisi osethathe isikhundla esiphezulu kwiSouth African Post Office (Sapo), ebhekene nezinkinga, uthi uhlela ukuguqula izinto kule nhlangano, iqale ukwenza inzuzo futhi.

UMark Barnes uqokwe njengesikhulu esiphezulu kwiSapo, ebonakale yehluleka ukwenza inzuzo muva nje futhi abasebenzi bengenela iziteleka ezingapheli.

UBarnes uthi uhlela ukubheka zonke izinkontileka le nhlangano enazo, bese bethola izindlela zokwenza izinto kabusha.

Funda nalolu daba: 'Abefundisi basabise ngokungibulala'

“Ngeke walungisa inhlangano edla ngoludala ngokuthi uyenze ibencane uqhubeke nezinto esezidlulelwe yisikhathi. Kumele wenze izinguquko futhi uzenze zihambisane nesimo samanje.”

UBarnes uthi ukholelwa ekukhuleni, hhayi ezingqinambeni.

Lesi sikhulu esiphezulu sithi izinkampani ezinezinkontileka nabo ezikweletwa imali kumele zikhokhelwe, kubika i-EWN.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 394 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 551 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
910.50
+1.5%
Palladium
1,011.50
+1.0%
Gold
2,221.35
+1.2%
Silver
24.87
+0.9%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE