Share

Kume konke amabhasi evimbe imigwaqo eMlazi

Durban - Yonke into ime nse eMlazi eThekwini ngoLwesihlanu ntambama njengoba abashayeli bamabhasi akamasipala weTheku beshiye amabhasi maphakathi nemigwaqo esetshenziswa kakhulu.

Kube nesiminyaminya elokishini laseMlazi eThekwini njengoba amaphoyisa omgwaqo abezama ukugudluza amabhasi emgwaqeni.

Bekungahambeki emgwaqeni omkhulu waseMangosuthu, amaphoyisa edlulisa izimoto. Lo mgwaqo ubugcwele amatshe eduzane nasesikhumulweni samabhasi. Amaphoyisa abebonakala engenisa amabhasi esikhumulweni sawo.

OLUNYE UDABA: Bavale uN2 abashayeli bamabhasi eThekwini

Abashayeli bebethukuthele bethi abakaze baholelwe kusukela ngoNovemba ngonyaka ophelile.

Ekuqaleni kwesonto abakwamasipala bakhipha isitatimende bethi sekuholelwe abashayeli abangu-238 bakamasipala ngaphansi kwenkampani iTransnet.

Inkampani iTransnet yehluleka ukuholela abasebenzi bayo umholo ka-Disemba namabhonasi abo.

Abakamasipala bavumelana nabakwaTransnet ngokuthi yibo abazoholela abasebenzi ngenhloso yokugwema isiteleka.

Yize kunjalo abanye babashayeli abazange bayithole imiholo yabo, kubika i-eNCA.


“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think Minister Blade Nzimande made the right call to dissolve the NSFAS board?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, NSFAS mismanagement is costing students
34% - 457 votes
No, it's suspicious given that he's implicated
66% - 871 votes
Vote
Rand - Dollar
19.05
-0.4%
Rand - Pound
23.69
-0.3%
Rand - Euro
20.22
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.20
+0.2%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
973.60
-0.2%
Palladium
1,020.50
-0.2%
Gold
2,387.77
+0.2%
Silver
28.24
-2.2%
Brent Crude
90.10
-0.4%
Top 40
66,902
-2.1%
All Share
73,000
-2.0%
Resource 10
61,638
-3.5%
Industrial 25
98,321
-1.8%
Financial 15
15,650
-1.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE