Share

Kumele zehliswe izikhangisi zotshwala kuleli – Motsoaledi

Johannesburg – UNgqongqoshe wezeMpilo kuleli uDkt Aaron Motsoaledi uthi kumele kwehliswe ukukhangiswa kotshwala, ngokusho kombiko we-SABC.

UMotsoaledi usephinde wazwakalisa ukukhathazeka ngezinga eliphezulu lokucwila ezinkambeni zikaFaro kuleli.

Abantu bakuleli babalwa namazwe aphuza ngokweqile emhlabeni, njengoba kuthiwa oyedwa kubantu abadala abane uphuza ngokweqile.

OLUNYE UDABA: UMotsoaledi ushumayeza ivangeli lokuzivikela

Kuthiwa le nkinga iyaqhubeka nokukhula.

Izibalo zitshengisa ukuthi bangaphezulu kuka-100 abantu abashonayo minyaka yonke kuleli ngenxa yokuphuza ngokweqile.

UMotsoaledi uthe ukukhangisa ngotshwala sekunyuke kakhulu.

“Akukhona ukukhangisa ngokwejwayeleki lokhu. Sekusetshenziswa osaziwayo manje ukuthi bakhangise utshwala. Kumele yehliswe eyokuhalisela abantu abasha ngotshwala,” esho.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1032 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1101 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.5%
Rand - Pound
23.95
-0.7%
Rand - Euro
20.56
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.48
-0.7%
Rand - Yen
0.12
-0.2%
Platinum
912.40
-0.8%
Palladium
1,005.00
-2.1%
Gold
2,314.58
-0.3%
Silver
27.17
-0.5%
Brent-ruolie
88.42
+1.6%
Top 40
68,574
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,837
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE