Share

U-Eskom ‘unesono’ ngokuphakamisa ukunyuka kwamanani kagesi

Durban – Isikhulu se-Archdiocese of Durban sesibize isiphakamiso senkampani ephakela leli ngogesi, u-Eskom, sokunyusa amanani kagesi sathi “siyisono”.

"Kunezindlodla zemali ezehla ngemilenze ngenxa yokungahleleki kwale nkampani. Kuzoba yisono esibhubhisayo ukunyusa amanani kagesi,” kusho u-Enoch Lewis ngesikhathi iNersa ibambe izigcawu zezimvo zomphakathi eThekwini ngoLwesine.

INational Energy Regulator of SA ibambe lezi zigcawu kulandela isiphakamiso sika-Eskom sokunyusa amanani kagesi ngo-16%, ukuze ubuyise u-R22.8 billion abawuchithe kwezinye izinto.

Lezi zigcawu sezidlulile ePort Elizabeth naseKapa.

OLUNYE UDABA: Ezimnandi ngogesi ezivela kwa-Eskom

U-Eskom usuqinisekise izwe ukuthi ngeke kube khona ukuphazamiseka kukagesi, ngisho noma iNersa isichitha isicelo sawo.

ULewis ucele iNersa ukuba ingasiphasisi isicelo sika-Eskom kuze kube kushintshwa abasezikhundleni.

"Yebo, siyazi ukuthi u-Eskom kunezingqinamba obhekene nazo, ngoba nabampofu bayawugebenga ugesi.”

ULewis uthe abahola impesheni vele sebedonsa kanzima kwayimanje.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 419 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 886 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE