Share

Abadlali abasezingeni njengoMasha bayabiza - Inkakha

Johannesburg - Iqembu leBidvest Wits lithi alizimisele ngokusayinisa umdlali wasemuva weKaizer Chiefs, obengumdlali ovelele wePSL kule sizini, uTefu Mashamaite, nakuba ingase imthole mahhala.

Inkontileka kaMashamaite neChiefs kulindeleke ukuba iphele ekupheleni kukaJuni, kanti lo mdlali neqembu basavalelene ezigxoxweni ngenkontileka entsha.

Lo mdlali owayegijima kuWits umataniswa namaqembu afana namaClever Boys kanjalo neMamelodi Sundowns.

Funda nalolu daba: Kulindeleke iMadrid imemezele umqeqeshi omusha

Kodwa isikhulu esiphezulu seWits, uJosé Ferreira, utshele iKickOff.com ukuthi iqembu lakhe alizimisele ngalo mdlali weChiefs. "Akukho esikubekele uMashamaite," kusho isikhulu seWits.

UMashamaite kulindeleke akhiphe isitatimende mayelana nekusasa lakhe.

Khonamanjalo, uNeil Tovey kwabeSoccerLaduma uthe uMashamaite ungumdlali osezingeni eliphezulu futhi iChiefs izontenga ngaphandle kwakhe.

“Ungumdlali osezingeni eliphezulu kanti-ke futhi abadlali abasezingeni eliphezulu bayabiza, kodwa angikholelwa ukuthi uMasha kumele afune amadlelo aluhlaza [kuleli] ngaphandle kwaphesheya kwezilwandle."

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
66% - 666 votes
No! It's time to move on ...
34% - 345 votes
Vote
Rand - Dollar
19.08
-0.3%
Rand - Pound
23.86
-0.3%
Rand - Euro
20.48
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.48
-0.7%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
931.30
+0.6%
Palladium
992.50
+0.2%
Gold
2,338.84
+0.3%
Silver
27.62
+0.7%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,178
+1.1%
All Share
75,093
+1.0%
Resource 10
62,897
+1.3%
Industrial 25
103,895
+1.3%
Financial 15
15,856
+0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE