Share

Abadlali abekho efomini enhle - Tembo

Johannesburg - Lowo osabambe izintambo zokuqeqesha iSuperSport United, uKaitano Tembo, uyavuma ukuthi iKaizer Chiefs bekuyilona qembu ebelidlala kahle wathi abafana bakhe bebengekho efomini enhle.

ISuperSport ihlulwe umdlalo wesithathu kulandelana ngamagoli kaMandla Masango noKingston Nkhatha, kanti uTembo uthi abadlali bakhe abekho esimweni esikahle, kubika iKickOff.com.
 
"IKaizer Chiefs idlale kahle kakhulu uma kuqhathaniswa nathi, ikakhulukazi esiwombeni sesibili," kusho uTembo ngemuva komdlalo.
 
"Basefomini enhle uma beqhathaniswa nathi. Besidonsa kanzima esiwombeni sesibili. Ngicabanga ukuthi kumele sisebenze kanzima uma siziqeqesha.

"Sizamile ukuyovala udonga emuva kepha kwazihlanga zimuka nomoya ngoba abadlali bebengekho esimweni esikahle. Bebengangigculisi."



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
50% - 384 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
50% - 389 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
+0.2%
Rand - Pound
23.83
-0.5%
Rand - Euro
20.49
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.41
-0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
921.60
-1.0%
Palladium
1,031.00
+1.5%
Gold
2,331.41
+0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,029
+0.8%
All Share
73,979
+0.6%
Resource 10
59,843
-1.8%
Industrial 25
102,554
+1.5%
Financial 15
15,891
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE