Share

'Abagadli bePirates sebezobuyelwa ukuzethemba'

Johannesburg - Lowo owayengumgadli we-Orlando Pirates uJerry Sikhosana ucabanga ukuthi abagadli baleli qembu sebezokwazi ukufaka amagoli kakhulu kunakuqala.

IPirates yashaya i-Ajax Cape Town ngo-4-0 ngoMgqibelo e-Orlando Stadium kanti u‘Legs of Thunder’, usekholelwa ukuthi ukushintshwa kwe-kwendlela edlala ngayo iPirates, obekuyi-4-5-1 njengoba sekuyi-4-4-2, kuzolisebenzela kakhulu leli qembu.

Funda nalolu daba: UBaxter uncoma uNkhatha nabalandeli beChiefs.

“Ngicabanga ukuthi sebezowavalela kakhulu manje amagoli kunakuqala, ikakhulukazi njengoba befake amagoli amane bedlale ne-Ajax ngoba lokho kuzobakhuthaza. “Manje sebedlala ngedlela eyayivele idlala ngayo iPirates, i-4-4-2,” kusho uSikhosana kuKickOff.com.

IPirates izobhekana neMoroka Swallows kowomkhaya eDobsonville Stadium, kanti umdlalo kulindeleke uqale ngo-19:30.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1041 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1117 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
+0.0%
Rand - Pound
23.95
+0.0%
Rand - Euro
20.57
-0.1%
Rand - Aus dollar
12.50
-0.1%
Rand - Yen
0.12
+0.1%
Platinum
910.10
-0.2%
Palladium
996.50
-0.9%
Gold
2,313.22
-0.1%
Silver
27.07
-0.3%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,574
0.0%
All Share
74,514
0.0%
Resource 10
60,444
0.0%
Industrial 25
104,013
0.0%
Financial 15
15,837
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE