Share

Abalandeli beChiefs bayangethemba - Zulu

Johannesburg - Umgadli weKaizer Chiefs, uDavid Zulu, uthi akangabazi nakancane ukuthi abalandeli beKhosi bayamthemba ekutheni kukhona angakwenzela iqembu.

Uthe lokhu kufakazelekile esikwatini abasiqokile ukuthi siqale umdlalo koweCarling Black Label Cup ngoMgqibelo, kubika iSoccer Laduma.

Lo mdlali, 29, wajoyina amaGlamour Boys esuka kuChippa United ngoJanuwari kepha wangalithola kahle ijezi ngaphansi kukaStuart Baxter ngesizini yesibili ka-2014/15.

OLUNYE UDABA: Ngeke ngigxile ekuphoxekeni kwami - Zulu

Yize kunjalo, abalandeli beChiefs batshengise ukumethemba lo mdlali oqhudelana noSiphelele Mthembu, Camaldine Abraw noBongani Ndulula.

“Bangivotele ukuthi ngibe yingxenye yesikwati esizoqala kowe-CBL Cup. Lokho kutshengisa ukuthi kukhona into abayibone kimi abacabanga ukuthi ngingayenzela iqembu."

“Ngeke ngiphawule ngokuthi ngabe ngiyinhlobo yomdlali ofanelwe ukudlalela iChiefs noma cha. Lokho kuyocaca enkundleni."

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 472 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1033 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE