Johannesburg – Umqeqeshi weKaizer Chiefs uStuart Baxter uthi akakungabazi ukuthi ubefake abadlali abafanele esikwatini sakhe esishaywe yi-Asec Mimosas ngo2-1, emdlalweni we CAF Confederations Cup, obanjelwe eDobsonville Stadium.
“Ngicabanga ukuthi besikhethe isikwati esifanele. Abantu bohlale njalo bekhuluma okwabo, bayathanda ukubethelana,” kusho uBaxter.
Umqeqeshi uthi akakhali nakancane ngabadlali bakhe, esho etshela abezindaba ze
KickOff.
“Angazi noma abanye bayakuqondisisa yini obekwenzeka enkundleni, angiyingeni eyabantu abahlala bengxeka abadlali.”
– "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.
– Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).
We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.