Share

Ahambe kahle amalungiselelo - Kaizer Chiefs

Cape Town - IKaizer Chiefs isidalule ukuthi iqembu lijabule ngamalungiselelo abebanjelwe ePort Elizabeth, kubike iSoccerladuma ngoMsombuluko..

Amalungiselelo aphele kahle ngokushaya iChippa United ngo4-2, okuwumphumela ozolisiza kakhulu iqembu njengoba lizobhekana ne-Orlando Pirates koweCarling Black Label Cup ngoMgqibelo, Julayi 26.

Umdlali wamaGlamour Boys, uSiboniso Gaxa, ubeke izizathu ezenza iqembu lijabule ngamalungiselelo, “ Indawo yasePort Elizabeth bekuyindawo efanele amalungiselelo. Iyindawo ekunikeza ukuthula okudingayo uma kukhona ozilungiselela khona. Sijabule futhi nangendlela izinto eziqhube ngakhona enkanjini kanti kumanje sesilangazelela ukuqala kwesizini.”

UKatlego Mphela, yena uqhube wathi, “Indawo ebesizilungiselela kuyona ibisezingeni eliphezulu. Besize lapho ukuzosebenza kanti yilokho kanye ebesikwenza ezinsukwini eziyishumi ezedlule. Ukuthula okoseWindy City kusisize kakhulu emalungiselelweni ethu. Abantu basamukele ngemfudumalo, ehhotela; ezinkundleni ebesizilolongela kuzona nakuzo zonke izindawo esifinyelele kuzona abantu bebesijabulela. Bekumnandi ukuba lapha.”

IChiefs izoqhubeka namalungiselelo ayo ngenjoba izobhekana nePirates ngempelasonto.

Umdlalo uzoqala ngo-15:30 eFNB Stadium.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 344 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 477 votes
Vote
Rand - Dollar
18.92
-0.1%
Rand - Pound
23.91
-0.0%
Rand - Euro
20.45
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.35
-0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.1%
Platinum
911.00
+1.6%
Palladium
1,008.15
+0.6%
Gold
2,222.89
+1.3%
Silver
24.90
+1.0%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.9%
Resource 10
57,251
+2.9%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE