Share

Angase abeke amakhokho ethala oweDowns

Pretoria – Ziya ngokuqina izindaba zokuthi inkakha yeMamelodi Sundowns u-Esrom Nyandoro angase awabeke ethala amakhokho ekupheleni kwale sizini.

Ngokubika kweSoccerLadumalo mdlali osekuphele iminyaka egijima kuleli qembu kulindeleke ukuthi awabeke ethala njengoba engase anikezwe omunye umsebenzi ngaphakathi kuleli qembu.

Ngokubika komthombo ongaphakathi kuleli qembu uthe izikhulu sezike zahlala zidingida ikusasa lalo mdlali odabuka eZimbabwe.

Nakuba kungakacaci ukuthi uzofakwa kuziphi izinhlaka kuleli qembu kodwa kukholakala ukuthi lena kungaba yisizini yakhe yeokugcina edlala kwibhola elikhokhelwayo.

OLUNYE UDABA:UNyandoro umataniswa neSuperSport

“Ngesizini ezayo ngeke esabhaliswa njengomdlali njengoba nezikhulu sezikhulumile naye.

Okuhle wukuthi uzonikezwa ithuba lokuthi asebenze ngaphakathi eqenjini,” kusho umthombo. 

UNyandoro ujoyine leli qembu ngo-2004 esuika kuMaZulu kanti ubalwa njengabanye babadlali asebehlale isikhathi eside eqenjini.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 397 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 559 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
910.50
+1.5%
Palladium
1,011.50
+1.0%
Gold
2,221.35
+1.2%
Silver
24.87
+0.9%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE