Share

Angikaze ngihlulwe kowamanqamu - OwePirates

Durban - Umdlali we-Orlando Pirates u-Issa Sarr ufuna ukuqhubeka nerekhodi lakhe elihle emidlalweni yamanqamu uma sebebhekene neKaizer Chiefs eThekwini ngempelasonto.

Ngesizini edlule, lo mdlali waseSenegal wafinyelela kweyamanqamu kabili esadlalela iPlatinum Stars, wayinqoba yombili leyo mdlalo, iTelkom Knockout neMTN8.

USarr waqokwa njengomdlali ovelele ngesikhathi benqoba iMTN8 kumaphenathi beshaya i-Orlando Pirates, osekuyiqembu lakhe manje.

Funda nalolu daba: I'Bhele' lithi iyadlula iPirates.

Lo mdlali uthi akazimisele ngokuthi irekhodi lakhe liphuke futhi unethemba lokuthi uzoqhubeka nokudlala kahle naseMoses Mabhda njengoba esefomini.

"Angikaze ngishaywe kowamanqamu. Ngesizini edlule ngadlala imidlalo emibili yamanqamu ngawinqoba yombili,” usho kanje kuKickOff.com.

"Nginalo ithemba lokuthi sizoyiqumba phansi iKaizer Chiefs liqhubeke irekhodi lami elihle,” usho kanje.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 492 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 522 votes
Vote
Rand - Dollar
19.11
+0.4%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.40
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
920.40
-1.1%
Palladium
1,026.50
+1.1%
Gold
2,322.61
-0.2%
Silver
27.34
+0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
68,051
+0.8%
All Share
74,011
+0.6%
Resource 10
59,613
-2.2%
Industrial 25
102,806
+1.7%
Financial 15
15,897
+1.8%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE