Share

Angisilo nakancane ivaka - Gabuza

Johannesburg - UThamsanqa Gabuza uthi ukube washiya i-Orlando Pirates ngesikhathi izinto zingamhambeli kahle, kwakuyotshengisa ukuthi uyigwala.

Lo mdlali, 28, walinda cishe iminyaka emibili ukuthi afake igoli lakhe lokuqala egqoke ijezi lamaBhakabhaka ngoba wayengalitholi ithuba lokudlala, kubika iKickOff.com.

Ukudlala kwakhe ibhola eliyingcwenga kowe-CAF Champions League kukhumbuza abaningi ukuthi kungani alandwa kuGolden Arrows.

OLUNYE UDABA: Kwaba ukufezeka kwephupho ukubizelwa kuBafana - Gabuza

UGabuza uthi wayevele ekulindele ukuthi kumele alilwele ijezi ngesikhathi ejoyina iPirates ngo-2014.

“Ngangazi vele ukuthi ngeke kube luka ukuthola ijezi, kepha lokho akuzange kuchaze ukuthi kumele ngitshengise ubugwala ngishiye iqembu," esho.

UGabuza uyamaniswa nokubuyela ku-Arrows, kodwa uthi yena akayi ndawo.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Election day is approaching, have you made your voting decision?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, I still haven't made up my mind
27% - 2587 votes
Yes, I know where my ‘X is going
73% - 6847 votes
Vote
Rand - Dollar
19.19
+0.0%
Rand - Pound
23.69
+0.0%
Rand - Euro
20.45
+0.0%
Rand - Aus dollar
12.39
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
922.70
-0.9%
Palladium
1,005.00
-1.0%
Gold
2,309.28
-0.8%
Silver
27.03
-0.6%
Brent Crude
87.00
-0.3%
Top 40
67,497
0.0%
All Share
73,551
0.0%
Resource 10
60,937
0.0%
Industrial 25
101,060
0.0%
Financial 15
15,616
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE