Share

Asikaliphonsi ithawula - Baxter

Johannesburg - Umqeqeshi weKaizer Chiefs uStuart Baxter uthi kusazobonakala ukuthi ngabe ukudlala ngokulingana kweqembu lakhe neBidvest Wits kusho ukuthi ngeke basasivikela yini isicoco sabo, kubika abeKickOff.com.

Umphumela wangoLwesithathu ebusuku ushiye iChiefs ilandela emuva iMamelodi Sundowns ngamaphuzu amahlanu, kanti iDowns izosithathi lesi sicoco uma ingakwazi ukunqoba imidlalo yayo emibili eyisalele.

UBaxter ngemuva kokudlala ngokulingana eBidvest Stadium uthe: "Bekuwimdlalo onzima, akekho obevuma ukugoba uphondo, bekuwimdlalo omuhle webhola kubalandeli abebesenkundleni kanye nalabo abebebukele emakhaya.

"Ukukhuluma iqiniso nje, lo mdlalo ubunganqontshwa yinoma ngubani. Ukuba inhlanhla ibingakuthina ngabe sinqobe okungenani ngamagoli amabili, kodwa futhi ukuba bekuyilanga elingelihle ngabe sishayiwe.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 918 votes
No! It's time to move on ...
33% - 444 votes
Vote
Rand - Dollar
18.81
+1.1%
Rand - Pound
23.42
+1.6%
Rand - Euro
20.09
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.1%
Platinum
921.20
-0.5%
Palladium
960.00
-3.1%
Gold
2,334.53
+0.1%
Silver
27.25
-0.7%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE