Share

'Bayingozi kodwa abasikhathazi abePirates'

Johannesburg - Umdlali wasemuva kuKaizer Chiefs, uTsepo Masilela, uthi bakuqonda kahle ukuthi abagadli be-Orlando Pirates bayingozi kodwa lokho akubakhathazi ngoba bayazi ukuthi kumele baqine.

Amaqembu amabili amakhulu eNingizimu Afrika azohlangana kowamanqamu eMTN8 namhlanje ngoMgqibelo eMoses Mabhida Stadium emdlalweni okulindeleke kuqhanse izinsansi kuwona.

Abagadli bePirates uKermit Erasmus noLehlohonolo Majoro basefomini emangalisayo muva nje.

“Siyazi ukuthi u-Erasmus no-Majoro bangabagadli abanohlonze nabayingozi,”  usho kanje.

Funda nalulo daba: UModise uthi liyadlula iBhakabhaka.

“Kodwa noma kunjalo, nathi senza kahle uma sihlasela futhi sizozama ukusebenzela phezulu kwalokhu esikwenzayo bese siyabona ukuthi kusihambela kanjani kunokuba simoshe isikhathi sicabangana nabo,” kusho uMasilela oqhube wathi bayayazi iPirates ukuthi idlala kanjani, kubika iKickOff.com.

Njengoba iPirates amagoli ayo amaningi efakwa amagadli bayo, abagadli beChiefs bona basebenzisana kakhulu nabadlali basesiswini njengoba uReneilwe Letsholonyane eseshaye amagoli angu-6, uMandla Masango (5), George Maluleka (3) kanti uGeorge Lebese yena usafake amabili kuyona yombili imiqhudelwane.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 500 votes
No! It's time to move on ...
35% - 264 votes
Vote
Rand - Dollar
19.01
+1.1%
Rand - Pound
23.79
+0.7%
Rand - Euro
20.40
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.40
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.2%
Platinum
925.50
+1.5%
Palladium
989.50
-1.5%
Gold
2,331.85
+0.7%
Silver
27.41
+0.9%
Brent-ruolie
88.02
-0.5%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.7%
Industrial 25
102,531
-1.5%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE