Share

Bekungebona ubusuku bethu - OweBucs

Johannesburg – Umdlali we-Orlando Pirates u-Oupa Manyisa ukhale ngokushoda kwamaphasi ayingozi emdlalweni waleli qembu ne-Unuversity of Pretoria ophele la maqembu edlala ngokulingana. 

Ngokubika kwe-KickOff kulo mdlalo obungoLwesithathu ebusuku uManyisa obengumdlali ovelele ukhale kakhulu ngokuwasebenzisi amathuba abawatholile ukuze baqede ngamaTuks.

Kulo mdlalo iBucs ibe namathuba amaningi kodwa yahluleka ukubhakuzisa inethi njengoba lo mdlalo uphele kuyiqanda ngapha nangapha. 

AmTuks abedlala umdlalo wawo wokuqala ngaphansi kwabaqeqeshi abasha uSammy Troughton noSeloatse Mosala ngemuva kokushiya isidumo kukaSteve Barker ojoyine AmaZulu ngeledlule.  

OLUNYE UDABA:  Kumfanele ukuba ngu-Captain uManyisa - VV

“Namhlanje bekungelona usuku lwethu, sizamile ukulwa sakha namathuba kodwa sahluleka ukuwasebenzisa ,” kusho ulo mdlali oqhoqhobele isikhundla sobukaputeni.

Ngemuva kwalo mdlalo uManyisa obuye abe yingxenye yeBafana Bafana uthe uzoqhubeka nokulwa ngoba akufunayo empilweni wukudlala ibhola.

“Kuwumebenzi wami ukudlala ibhola,” esho.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 419 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 881 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE