Share

IBafana izodlala ngezikhwepha – Mabokgwane

Cape Town – Unozinti weMpumalanga Black Aces uJackson Mabokgwane uthi ukholelwa ekutheni izinto seziyaqala ziyamlungela kulandela ukudlalela iBafana Bafana okokuqala kowe-Africa Cup of Nations.

UMabokgwane waba ngomunye wabadlali ababengalindelekile esikwatini sikaShakes Mashaba esasiqala umdlalo ngesikhathi izwe libhekene neSenegal kokaGroup C ngoLwesihlanu.

Ukuqokwa kukaMabokgwane kwakhalisa abaningi, bekhala ngokuthi mfishane ekubeni iqembu laseSenegal linabadlali abade ngethambo.

Nokho lo mdlali utshengise ukuzimisela njengoba umdlalo wagcina uphele ngo 1-1.

OLUNYE UDABA: Okumele kwenziwe yiBafana

"Bengingalindele vele ukuthi kwenzeke umlingo,” kusho lo mdlali, 27, etshela iFootbal411 ngaphambi komdlalo wangoLwesibili.

"Inhloso yami kwakungukumela izwe lami ngokuziqhenya. Ngenza iphutha elilodwa kepha ngijabule ngendlela engawudlala ngayo umdlalo.

“Kusekuningi okuzayo. Lisekhona ithuba, sizoyibhincisela nxanye iGhana ngoLwesibili,” esho.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 954 votes
No! It's time to move on ...
33% - 465 votes
Vote
Rand - Dollar
18.80
+1.1%
Rand - Pound
23.49
+1.3%
Rand - Euro
20.10
+1.5%
Rand - Aus dollar
12.28
+1.0%
Rand - Yen
0.12
+2.8%
Platinum
923.40
-0.2%
Palladium
957.50
-3.3%
Gold
2,336.75
+0.2%
Silver
27.20
-0.9%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE