Share

I'Bhele' lithi iyadlula iPirates

Johannesburg - Umgadli weMoroka Swallows uSiyabonga Nomvete uthi uhamba ne-Orlando Pirates njengalona qembu elizodla umhlanganiso kowamanqamu e-MTN8, ozodlalelwa eThekwini ngoMgqibelo.

U‘Bhele’, owake wagijima kuwona womabili la maqembu aseSoweto, uthi ngokwakhe ukubona amaBhakabhaka yiwo azokhala emuke nale nkomishi, kubika iKickOff.com.

"Kuyinto enzima ukuyiqagula kepha ngokwami i-Orlando Pirates izodla umhlanganiso, ngibona kuyiyo ethwelwe ngeqoma,” kusho uNomvete.

OLUNYE UDABA: Uphithene ikhanda u-VV ngabagadli bakhe

"Yize ngihamba nePirates, akumele sikhohlwe ukuthi iKaizer Chiefs ivutha bhe kulezi zinsuku.
Akekho umuntu ofuna ukukhala ngaphansi, kodwa kumele kube khona onqobayo, lowo kuzoba ezikaMagebhula.

“Kuzoba ngumdlalo omnandi nozothokozelwa ngabaningi.”

Lo mdlali weDube Birds uphethe ngokuthi kwaba yintokozo enkulu kuye ukuthi athole ithuba lokudlalela la maqembu womabili.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 481 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1066 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE