Share

IBucs inelungelo lokwelula inkontileka kaManyisa

Johannesburg – Inkontileka yomdlali waseswini we-Orlando Pirates u-Oupa Manyisa sekuvele ukuthi isaneminye iminyaka emibili engeziwe nakuba iphela ngonyaka ozayo ngokusho kwe-KickOff.

Imibiko yakamuva iveze ukuthi lo mdlali ufunwa uthuli yiMamelodi Sundowns njengoba inkontileka yakhe yakhe iya ngasekupheleni.

Nakuba inkontileka yakhe kubhalwe ukuthi iyaphela ngoJuni wonyaka ozayo kodwa sekuvele ukuthi iPirates inlungelo lokuyengeza ngeminye emibili uma isazimisele ukumgcina.

OLUNYE UDABA: IDowns ayiliphosile ithawula ngokusayina uManyisa

Lo mdlali oneminyaka engu-26 ubudala udlala ibhola elinenkosi phakathi kulezi zinsuku njengoba ebeyingxenye yeqembu leBafana Bafana ebelidlala imidlalo yokuhlunga ye-2015 Africa Cup of Nations.

Kulindeleke ukuthi iPirates isebenzise ilungelo layo leminya emibili nalo mdlali ukuze imgcine lo mdlali okuke kwaba namahlebezi amkhomba phesheya kwezilwandle.

“Sesiyibonile yonke imibiko yabezindaba ngoManyisa kodwa usasalelwe ngeminye iminyaka emibili engeziwe kwinkontileka anayo neBuc,” kusho esinye sezikhulu zamaBhakabhaka.

“Iqembu lizohlangana nalo mdlali maduze kudingidwe ngodaba lwenkontileka yakhe,” sichaza lesi sikhulu.   

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 396 votes
No! It's time to move on ...
35% - 217 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
+0.9%
Rand - Pound
23.78
+0.7%
Rand - Euro
20.40
+0.8%
Rand - Aus dollar
12.38
+0.9%
Rand - Yen
0.12
+1.0%
Platinum
916.60
+0.5%
Palladium
981.50
-2.3%
Gold
2,333.98
+0.8%
Silver
27.37
+0.8%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,363
-0.3%
All Share
74,263
-0.3%
Resource 10
62,166
+2.9%
Industrial 25
102,220
-1.7%
Financial 15
15,816
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE