Share

ICAF ihlaba isiphakamiso se-UEFA ngokhetho lweFIFA

Johanmesburg – Ibhodi elengamele ibhola likanobhutshuzwayo e-Afrika iConfederation of African Football iphikise isiphakamiso esenziwe i-Union of European Football Association sokuhlehlisa ukhetho lweFIFA.

ICAF eyeseka uSepp Blatter ifuna lolu khetho luqhubeke njengoba bekuhleliwe nakuba i-FIFA ibhekene nezinkinga ngemuva kokuboshwa kwezikhulu zayo ngoLwesithathu ngezinsolo ezibucayi ezithinta ukugwazisa nokudluliselana imali ngokungemthetho.

OLUNYE UDABA: I-UEFA iphakamise ukuthi kuhlehliswe ukhetho lweFIFA

I-UEFA ngoLwesine ikhiphe isitatimende lapho iphakamise ukuthi lolu khetho luhlehle ukuze kuqhubeke kahle uphenyo lwenkohlakalo olubhekene nezikhulu zale nhlangano.

“ICAF iyashlaba isiphakamiso sokuhlehliswa kwalolu khetho lokukhetha ubuholi bale nhlangano eyengamele ibhola likanobhutshuzwyao emhlabeni.

Ukhetho lwangomhlaka 29 kuMeyi 2015 eZurich kumele luqhubeke njengoba bekuhleliwe,” kusho isitatimende esikhishwe yiCAF ngokubika kweKickOff.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

         - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
3% - 7 votes
Hardly - I prefer streaming online
69% - 183 votes
Sometimes - it depends on the film release
29% - 76 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
-0.1%
Rand - Pound
23.76
-0.3%
Rand - Euro
20.33
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.27
-0.3%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
951.30
-0.2%
Palladium
1,036.00
+0.1%
Gold
2,382.49
+0.9%
Silver
28.47
+0.9%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
66,889
-0.0%
All Share
72,951
-0.1%
Resource 10
62,823
-0.9%
Industrial 25
98,128
+0.3%
Financial 15
15,417
+0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE