Share

IChiefs ayikasithathi isinqumo ngeye-CAF

Johannesburg - IKaizer Chiefs namanje ayikasithathi sinqumo mayelana nokuthi izodlala noma cha emqhudelwaneni we-CAF Champions League kulo nyaka, kubike iKickOff.com ngoLwesithathu.

Amakhosi, ngenxa yokuthi aqede isizini edlule elele endaweni yesibili, azitholele indawo yokudlala kulo mqudelwano wase-Afrika okwesibili iminyaka ilandelana, kodwa amahlebezi athi leli qembu alizimisele ngokudlala kulo mqhudelwano.

Umqondisi weqembu, uJessica Motaung, ngesikhathi ekhuluma nabezindaba namhlanje (ngoLwesithathu) ekuseni uphinde wazwakalisa ukungabaza, aqina amahlebezi, ngesikhathi ethi: “Sisitholile isimemo sokuba sidlale ku-CAF Champions League. Sizokwenza isimemezelo maduzane ngalolu daba.”

Uma iChiefs igcina ngokuthatha isinqumo sokungadlali kulo mqhudelwano, kuzolindwa i-PSL ukuba ithathe iqoke elinye iqembu, noma inqume ukuba kungabikho elizovala isikhala.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 784 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 827 votes
Vote
Rand - Dollar
19.15
-0.2%
Rand - Pound
23.81
-0.1%
Rand - Euro
20.46
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.46
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
925.50
+0.6%
Palladium
1,025.50
-0.1%
Gold
2,318.66
-0.2%
Silver
27.22
-0.3%
Brent Crude
88.42
+1.6%
Top 40
68,539
+0.7%
All Share
74,515
+0.7%
Resource 10
59,966
+0.6%
Industrial 25
103,912
+1.1%
Financial 15
15,942
+0.3%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE