Share

'IChiefs ngeke ilibone elidlala ku-Asec'

Johannesburg - Umhlaziyi webhola lase-Afrika uMamadou Gaye ukholelwa wukuthi i-Asec Mimosa izokwazi ukushaya iKaizer Chiefs uma la maqembu esetholana phezulu koweCaf Confederation Cup.

IChiefs izosingatha leli qembu lase-Ivory Coast ngeSonto ngaphambi kokuba ilibhekise e-Abidjan emlenzeni wesibili ngesonto elilandelayo.

UGaye, owachitha iminyaka eminingi esebenza eNingizimu Afrika, manje useyinhloko yezemidlalo esiteshini somsakazo eCote d'Ivoire, uthi iqembu lakubo yilona elizonqoba.

“IKaizer Chiefs izoyithwalisa kanzima i-Asec Mimosa , lokho akungabazeki, kodwa i-Asec izimisele kakhulu ngokunqoba lo mqhudelwano,” kusho uGaye etshela iKickOff.com.

“I-Asec izimisele ngokunqoba lesi sicoco, umklomelo wemali yalo mqhudelwano uzosho lukhulu kubona.

“Ngasohlangothini leKaizer Chiefs, banaske kakhulu ukunqoba iligi neNedbank Cup ngoba lezi zicoco zinemali engcono kune-CAF Confederation Cup.

"NgoKweChiefs lo mqhudelwano uyabaphazamisa, kodwa eqenjini elinjenge-Asec akunjalo njengoba u-$600 000 ungenza umkhulu umehluko kubo.

Ozonqoba lo mdalo uzoqhubekela esigabeni samaqoqo, imidlalo yakhona izoqala ngoMeyi 16.


 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 480 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1052 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE