Share

IChippa iyasihlonipha isinqumo sePSL

Johannesburg - IChippa United ithi iyasihlonipha isinqumo sePSL sokuhlehlisa imidlalo obekumele ibengempelasonto nakuba kumanje isiseGoli.

AmaChilli Boys bekulindeleke abhekane nePolokwane City ngoMgqibelo kanti ngesikhathi iPSL ithatha isinqumo sokuhlehlisa imidlalo, leli qembu beselivele seliseGoli lisendleleni eya ePolokwane.


Iqembu selizobuyela ePort Elizabeth ngoLwesihlanu.

“Siyasihlonipha isinqumo sePSL sokuhlehlisa imidlalo ngenxa yesimo bekungeke kulunge ukuqhubeka nemidlalo,” kushi isikhulu seChippa United uPeter Koutroulis etshela iKickOff.com.

Funda nalolu daba: '
Bakhona ababaziyo ababulali baSenzo.'
“Empeleni yithina esibabhalele incwadi ngoLwesithathu sicela ukuba umdlalo uhlehliswe ngoba abanye babadlali bethu basuka eKZN futhi bafuna ukuthamela umngcwabo. I-PSL ibuyele kuthina sesiseGoli. Kodwa sinankinga,” usho kanje.

Umdlalo olandelayo weChippa ungoLwesithathu kanti bazodlala neBidvest Wits. 

“Sizobanikeza ikhefu abadlali abafuna ukuya emngcwabeni  ngoMgqibelo, ngemuva kwalokho sizobe sesiqhubeka nomsebenzi,” usho kanje.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 419 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 885 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent-ruolie
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE