Share

IDikwena ifuna ukugcina umdlali wayo noma engasadlali

Johannesburg – Iplatinum Stars yelule inkontileka kakaputeni wayo uVuyo Mere ngomunye unyaka ukukhombisa ukuthembeka kuyena ngokuholala leli qembu laseNorth West.

Inkontileka kuMere bekulindeke ukuthi iphele ngoJuni wonyaka ozayo kodwa iDikwena ikhethe ukusebenzisa ilungelo layo lokumgcina omunye unyaka lo mdlali oke wagijima kwiMamelodi Sundowns.

USihlalo weDikwena uRatanang Nke uthe iqembu lakhe lizimisele ukumgcina lo mdlali ngaphansi kwalo noma esekhetha ukuwabeka ethala amakhokho.

OLUNYE UDABA: I-United isethubeni elihle lokuthatha eye-TKO - Mere

“Uyinxusa le qembu futhi uyisibonelo esihle kulo mdlalo welikanobhutshuzwayo,” kusho uNke etshela i-KickOff.


“IPlatinum Stars ibinelungelo lokwelula inkontileka kaMere ngonyaka owodwa. Sisebenzise lelo lungelo ukuyelula kanti sisaxoxa nomphathi wezindaba zakhe mayelana nokuthi simgcine nangale kwezinsuku zakhe zokudlala,” esho.

IDikwena kulindeleke ukuba idlale umdlalo wayo wamanqamu neSuperSport koweTelkom Knock Out e-Orlando Stadium ngempelasonto ezayo.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 940 votes
No! It's time to move on ...
33% - 458 votes
Vote
Rand - Dollar
18.82
+1.1%
Rand - Pound
23.51
+1.2%
Rand - Euro
20.13
+1.3%
Rand - Aus dollar
12.30
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+2.4%
Platinum
921.80
-0.4%
Palladium
961.00
-3.0%
Gold
2,338.00
+0.2%
Silver
27.21
-0.8%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE