Share

IDowns ibambe imoya ngesimo sikaPelembe

Pretoria – Imamelodi Sundowns ibambe umoya ngesimo sempilo ka-Elias Pelembe kulandela ukungeniswa esibhedlela ngemuva komdlalo weMozambique neZambia. 

Ngokubika kwe-Timeslive uPelembe ungeniswe esibhedlela ngemuva kokuba eshwebe ipenalty kulo mdlalo wokuhlunga we-2015 Africa Cup of Nations.

“Okwamanje asikatshelwa lutho ngokusemthethweni ngesimo sikaPelembe.

Sisalinde ukuzwa kuyena noma abeqembu lesizwe laseMozambique basibikele ngokugcwele ngalolu daba,” kusho okhulumela iSundowns uKabelo Mosito etshela iKickOff.  

OLUNYE UDABA: Umdlali oshwebe ipenalty ungeniswe esibhedlela

“Bonke abadlali abebekhululiwe yiqembu ukuba bayodlalela amazwe abo kulindeleke ukuba babuye ngoLwesine.

Yilapho sizoba sesithola ulwazi olugcwele sesihlola nesimo sempilo yakhe,” kusho uMosito enanela ngokuthi okwamanje ngeke basho lutho ngesimo sempilo kaPelembe noma uzokwazi ukudlala ngempelasonto noma ngeke akwazi.

ISundowns kulindeleke ukuthi ibhekane neKazer Chiefs e-FNB Stadium emdlalweni obhekwe ngabomvu weligi.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 408 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 856 votes
Vote
Rand - Dollar
19.08
+0.4%
Rand - Pound
23.61
+0.9%
Rand - Euro
20.33
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.25
+0.4%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
942.60
-0.8%
Palladium
1,023.50
-0.6%
Gold
2,394.84
+0.7%
Silver
28.77
+1.9%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE