Share

INingizimu Afrika ingase isingathe oweCosafa Cup

Johannesburg - INingizimu Afrika ingase isingathe umqhudelwano we-Cosafa Cup ka-2014 ngemuva kokuba iBotswana izwakalise ukuthi ngeke isakwazi, kubike iSowetanlive ngoLwesibili.

Uma iNingizimu Afrika kugcina kuqinisekisiwe ukuthi izosingatha lo mqhudelwane,  uzobanjwa ngoNovemba noma ngoDisemba, kanti isinqumo kulindeleke senziwe kuleli sonto.

Lo mqhudelwane uzolisiza kakhulu iqembu lika-Ephraim "Shakes" Mashaba emalungiselelweni okudlala kowe-Africa Cup of Nations eMorocco uma iBafana  Bafana igcine ngokuthi iyithole indawo..

Amalungiselelo angahamba kahle kodwa uma uMashaba engakwazi ukucela amaqembu aku-Premier Soccer League ukuba adedele abadlali.

I-PSL izothatha ikhefu lamasonto amabili ngesikhathi kuqhubeka lo mqhudelwane, kodwa izinsuku zingase zishintshe kungabe kusaba uSepthemba.

Umqhudelwano uhoxisiwe ukuba ubanjelwe eBotswana ngemuva kokuba iCosafa yehlulekile ukuthola abaxhasi kusenesikhathi. INingizimu Afrika yagcina ukusingatha lo mqhudelwano ngo-2008, okuwunyaka eyabangompetha ngawo.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
40% - 123 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
60% - 184 votes
Vote
Rand - Dollar
19.02
-0.6%
Rand - Pound
24.00
-0.4%
Rand - Euro
20.53
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.35
-0.0%
Rand - Yen
0.13
-0.6%
Platinum
901.20
+0.5%
Palladium
997.97
-0.4%
Gold
2,210.69
+0.7%
Silver
24.71
+0.3%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,075
+0.6%
All Share
74,269
+0.5%
Resource 10
56,834
+2.1%
Industrial 25
103,553
+0.3%
Financial 15
16,490
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE