Share

ISAFA ibambe umoya ngabadlali kowokuhlonipha uMandela

Johannesburg – ISouth African Football Association isalinde ukuqinisekisa ukuthi abadlali abamenyezelwe ngumqeqeshi uShakes Mashaba bazokwazi yini babe yingxenye yeBafana Bafana uma isibhekene ne-Ivory Coast. 

UMashaba umemezele iqembu elizoba yingxenye yomqhudelwano wokuhlonipha iqhawe laseNingizimu Afrika iNelson Mandela Challenge.

Leli qembu elimenyezelwe ngumashaba liqukethe abadlali abadlala kuleli kuphela ngenxa yokuthi lo mdlalo uzodlalwa ngaphandle kosuku lweFIFA ngakho abadlala phesheya ngeke badedelwe amaqembu abo.

Ngokubika kwe-Soccer Laduma nakubadlali bakuleli i-SAFA isbambe umoya ngamaqembu e-PSL ukuthi ibadedele laba badlali nakuba abadlali beSuperSport United nePlatinum Stars bengabizwanga ngenxa yokuthi bazobe bedlala kowamanqamu weTelkom Nockout ngoMgqibelo.

OLUNYE UDABA:UMashaba umemezele elizodlala ne-Ivory Coast

“Laba abadlali esibaqokile, sekusele ukuthi siye emaqenjini siwacele ukuthi abakhulule laba badlali,” kusho uMengameli we-SAFA uDanny Jordaan.

UMashaba uthe ngeke awaphoqe amaqembu angafuni ukudedela abadlali kodwa uma kukhona anqabayo uzokwenza izinguquko ezifanele uma amaqembu esephendulile ngabadlali abaqokile.

“Ngimile kubadlali engibaqokile okunye nokunye ngizokuphendula ama sengithole izimpendulo emaqenjini ngoba ngeke ngiwakhulumele ukuthi azovuma noma cha,” esho.

    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

       - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 438 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 625 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.0%
Rand - Pound
23.90
-0.0%
Rand - Euro
20.41
+0.1%
Rand - Aus dollar
12.32
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.0%
Platinum
908.05
+1.2%
Palladium
1,014.94
+1.3%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE