Johannebsurg - Inhlangano eyengameli ibhola lezinyawo kuleli, iSafa, ngoLwesihlanu izomemezela izwe elizodlala neBafana Bafana eThekwini ngoMashi 28.
Phambilini iBafana bekulindeleke ukuba idlale ne-Argentina kodwa ngeke kusenzeka, kanti kubikwa ukuthi ingase idlale ne-Australia noma i-Uruguay.
Funda nalolu daba: UXulu ukhonjwa kwi-PSL ngesizini ezayo.