Share

ISundowns ithenge umdlali wangempela - Masinga

Johannesburg - Lowo owayengumgadli weBafana Bafana, uPhil Masinga, ukholelwa ukuthi umdlali omusha weMamelodi Sundowns, uMame Niang, uzokwenza leli qembu lingabambeki ngesizini ezoqala, ikakhulukazi kweye-CAF Champions League, kubike iKickOff.com ngoLwesibili.

UNiang – ongalibheki ipali ku-Premiership yalapha ekhaya – uthathwe yileli qembu kuSuperSporet ngeledlule.

UMasinga, owake wadlalela iLeeds United, ukholelwa ukuthi iSundowns ithole umdlali wangempela ngokusayinisa uNiang. 

“Mude futhi muhle ngekhanda, yilokho kanye okuzokwenza umehluko,” kusho uMasinga.

“Unesipiliyoni esiningi emidlalweni yamazwe kanti lokho kuzoyisiza kakhulu iDowns, ikakhulukazi njengoba izodlala kweye-CAF Champions League ngasekupheleni konyaka.

Nakuba uMasinga emncoma kakhulu uNiang, kodwa uthi lo mdlali kuzomele asebenze ngokuzikhandla ukuze athole ijezi.



 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 939 votes
No! It's time to move on ...
33% - 457 votes
Vote
Rand - Dollar
18.81
+1.1%
Rand - Pound
23.50
+1.3%
Rand - Euro
20.14
+1.3%
Rand - Aus dollar
12.30
+0.8%
Rand - Yen
0.12
+2.4%
Platinum
921.30
-0.5%
Palladium
962.00
-2.9%
Gold
2,339.39
+0.3%
Silver
27.29
-0.5%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,358
+1.3%
All Share
75,371
+1.4%
Resource 10
62,363
+0.4%
Industrial 25
103,903
+1.3%
Financial 15
16,161
+2.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE