Share

'ISuperSport ifuna owe-Orlando Pirates'

Johannesburg - Umdlali wasesiswini we-Orlando Pirates, uThandani 'Bibo' Ntshumayelo, kubikwa ukuthi ungomunye wabadlali abafunwa yiqembu lakhe elidala, iSuperSport United.

Kukholakala ukuthi leli qembu lasePitoli lifuna nabadlali ababili bePlatinum Stars, uTshepo Gumede noRobert Ngambi ngoJanuwari, kubika iSoccerLaduma.

Ukufika kukaGordon Igesund kuleli qembu laseTshwane kubonakalise ushintsho olukhulu kulandela ukungaqali kahle isizini kwaleli qembu.

Funda nalolu daba: IBucs inelungelo lokwelula inkontileka kaManyisa.

Ngokusho komthombo weSiya crew, uGumede noNtshumayelo, okungabadlali ababegijima kuleli qembu laseTshwane, kanye noNg’ambi, bafunwa yileli qembu njengoma lifuna ukuqinisa isikwati salo.

Abadlali beDikwena, uGumede noNg’ambi, kade babefunwa yileli qembu leSuperSport United kanti manje kungenzeka baye kuleli qembu uma nje kuzofunyelwana ngemali, kodwa kungase kube nzima ukuthola uNtsumayelo njengoba ijezi ejwayele ukulithola eqenjini laseSoweto.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 416 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 876 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE