Share

IZimbabwe ifake isicelo sokusingatha owe-CAF

Harare – Inhlangano yebhola lezinyawo eZimbabwe i-ZIFA isifake isicelo sokusingatha umqhudelwano we-2015 African Cup of Nations ngo-2017.

Ngokombiko i-Zimbabwe Football Association (ZIFA) ifake lesi sicelo ngoMsombuluko emahhovisi amakhulu eConfederation of African Football eCairo ngaphambi kosuku lokuvalwa kwezicelo ngoLwesibili.

“Siyathemba ukuthi umqulu wethu uqukethe konke okudingakalayo ukunxenxa i-CAF ukuthi isamukele isecelo sethu sokusingatha lo mqhudelwano omkhulu e-Afrika,” kusho okhulumela i-ZIFA uXolisani Gwesela.

OLUNYE UDABA: NeZimbabwe inezinkinga zabadlali

Uthe i-ZIFA ngeke izixake ngamazwe angahambisani neZimbabwe kodwa izogxila ekukhombiseni i-CAF ukuthi ingakwazi ukusingatha lo mqhudelwano ngendlela esezingeni.


Umbiko uveza ukuthi ukuthiu kunokungabaza ukuthi iZimbabwe ingakwazi ukusingatha lo mqhudelwano okudlala amazwe angu-16. 

Phakathi kwezinto ezivusa ungabazane ngeZimbabwe wukuthi ibhekene nengcindezi yokwehlelwa wumnotho kanti noMengameli wayo uRobert Mugabe sekunesikhathi esolwa ngokuhlukumeza amalungelo abantu.


     - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

      - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
50% - 342 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
50% - 348 votes
Vote
Rand - Dollar
19.21
-0.1%
Rand - Pound
23.80
-0.4%
Rand - Euro
20.49
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.39
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.1%
Platinum
913.50
-1.9%
Palladium
1,006.00
-0.9%
Gold
2,313.04
-0.6%
Silver
27.06
-0.5%
Brent-ruolie
87.00
-0.3%
Top 40
67,804
+0.5%
All Share
73,743
+0.3%
Resource 10
59,167
-2.9%
Industrial 25
102,626
+1.6%
Financial 15
15,835
+1.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE