Share

Ibuyela kwiKaizer Chiefs inkakha yomqeqeshi

Johannebsurg - Lowo owake waba ngumqeqeshi wonozinti eqenjini leKaizer Chiefs, uRainer Dinkelacker, uthi kuyintokozo ukuthi useyabuya futhi eNaturena ukuzosebenza. 

Kuqinisekiswe ngoMsombuluko ukuthi lo mqeqeshi waseGerman uzobuya kuleli qembu, ngemuva kokuba owayengene esikhundleni sakhe, uDennis Rudel, ewafulathele Amakhosi njengoba efunwa amaqembu aseGerman.

Ekhuluma kwi-website yamaGlamour Boys, uDinkelacker uzwakalise ukujabula ngokubuyela kuleli qembu asebenza ngempumelelo kulona phambilini, kubika iSoccerLaduma.

Funda nalolu daba: Uphinde wenza ezinye izinguquko uMashaba.

Ekhuluma eseGerman, uDinkelacker uthe, “Kuyintokozo kumina ukubuya ngizoqeqesha onozinti. Ngesikhathi uBobby engicela ukuba ngibuye, angibanga nakho ukungabaza, ngavele ngavuma. Ngiseyilungu lomndeni. Sengilangazelela ukubuya maduzane.”

Lo mqeqeshi wonozinti uselinde amaphepha okusebenza kuleli ngaphambi kokuba abuye.





 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
What is a non-negotiable when considering the election manifestos from various parties?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
A solid plan for load shedding
15% - 442 votes
Bold climate change objectives
1% - 30 votes
Roadmap for economic recovery
51% - 1520 votes
Solutions to SA's crime crisis
33% - 975 votes
Vote
Rand - Dollar
19.00
-0.5%
Rand - Pound
23.95
-0.2%
Rand - Euro
20.50
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.5%
Platinum
895.30
-0.2%
Palladium
991.47
-1.0%
Gold
2,194.13
-0.0%
Silver
24.44
-0.8%
Brent-ruolie
86.09
-0.2%
Top 40
67,910
+0.3%
All Share
74,134
+0.3%
Resource 10
56,271
+1.1%
Industrial 25
103,558
+0.3%
Financial 15
16,498
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE