Share

Imenenja iphika okushiwo ngoKhune

Johannesburg - Imenenja ka-Itumeleng Khune iyakuphika ukuthi lo mdlali ufuna imali enkulu kwiKaizer Chiefs, uthi lokhu kungamampunge.

UKhune uzophelelwa yinkontileka yakhe naleli qembu esikhathini esingaphezulu kancane kwenyanga, kanti kuningi okukhulunyanyo ngekusasa lakhe.

Ngempelasonto kubikwe ukuthi Amakhosi asethathe isinqumo sokuhoxisa izingxoxo nalo mdlali oneminyaka engu-27 ubudala ngenxa yokuthi ufuna imali enkulu kakhulu.

Funda nalolu daba: Iziqongqwane zeChiefs zikhonjwe ezafika ngayo

Kodwa manje sekuvele ukuthi iChiefs izoba nesithangami sabezindaba kuleli sonto kanti kulindeleke ukuba ichaze ngekusasa likaKhune noTefu Mashamaite.

UDan Lichman, imenenja kaKhune, uthe imali okuthiwa ifunwa uKhune ayilona iqiniso, ayikho into enjalo, kubika iSoccerLaduma.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
66% - 529 votes
No! It's time to move on ...
34% - 276 votes
Vote
Rand - Dollar
19.03
-0.1%
Rand - Pound
23.79
+0.0%
Rand - Euro
20.41
-0.0%
Rand - Aus dollar
12.42
-0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.3%
Platinum
930.40
+0.5%
Palladium
994.00
+0.4%
Gold
2,335.42
+0.1%
Silver
27.56
+0.5%
Brent-ruolie
89.01
+1.1%
Top 40
68,437
0.0%
All Share
74,329
0.0%
Resource 10
62,119
0.0%
Industrial 25
102,531
0.0%
Financial 15
15,802
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE