Share

Inkakha yePirates ithi sezidlulile ezokungajabuli

Johannesburg - Inkakha yeqembu le-Orlando Pirates, uLucky Lekgwathi, uthi amaBhakabhaka asekulungele ukudlulisa osekwenzekile njengoba befuna ukushaya iSuperSport United emdlalweni olandelayo wePSL.

AmaBhakabhaka ayazikhandla kulezi zinsuku njengoba ezilungiselela umdlalo wawo eSuperSport ngeSonto, ozoba sePeter Mokaba Stadium, kubika iSoccerLaduma.

Emdlalweni wePirates wokugcina yadlala nawo aMatsatsantsa kowandulela owamanqamu eTelkom Knockout, lapho yathola khona isibhaxu, kanti manje isifuna ukubuyisa izinduku ithole iwini eyidinga kakhulu.

Ngaphambi kwalo mdlalo ozoba ngeSonto, amaBhakabhaka adlale owobungani neMpumalanga Black Aces anqoba ngo- 3-2.

Funda nalolu daba: Ngeke siyenzele izinto zibelula iChiefs - OweDowns

ULucky Lekgwathi udlale imizuzu engu-90 kulo mdlalo.

“Sidlale kahle; sidlale njengeqembu futhi kudlale ngisho nabadlali abangajwayele ukuthola ithuba, nabo abakhombe ukuzikhandla,” kusho uLekgwathi.

“Izikhathi ezingezinhle esidlule kuzona sezidlulile kanti manje sesifuna ukuqala siwine futhi,” kuqhuba inkakha yePirates.




 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
How often do you go to the cinema to watch new movies?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Often - nothing beats the big screen
2% - 16 votes
Hardly - I prefer streaming online
68% - 556 votes
Sometimes - it depends on the film release
30% - 244 votes
Vote
Rand - Dollar
19.13
-0.6%
Rand - Pound
23.82
-0.6%
Rand - Euro
20.38
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.5%
Rand - Yen
0.12
-0.5%
Platinum
953.10
+0.0%
Palladium
1,043.00
+0.8%
Gold
2,380.35
+0.8%
Silver
28.35
+0.5%
Brent Crude
87.29
-3.1%
Top 40
67,246
+0.5%
All Share
73,324
+0.5%
Resource 10
63,201
-0.3%
Industrial 25
98,529
+0.7%
Financial 15
15,520
+0.9%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE