Share

Iqembu lingenza kangcono - Baxter

Johannesburg - Umqeqeshi weKaizer Chiefs uStuart Baxter uthi iqembu lakhe lidlala kahle kakhulu namaqembu ajaha ukuyovala udonga lwasemuva, esho ngemuva kokushaya iSuperSport United ngo 2-0.

"Kumele sikwazi ukuhlasela iqembu elihlala emuva. Kuyasiza ukuba yiqembu elikwaziyo ukubona izikhala bese liyachusha," esho ngemuva komdlalo, kubika iKickOff.com.

"Ngicabanga ukuthi sidlala kahle kakhulu uma kumele sidilize udonga lweqembu esisuke sibhekene nalo."

Amagoli kaMandla Masango noKingston Nkhatha yiwo aqinisekise ukuthi iChiefs igqubeka nerekhodi elihle lokungashaywa.

"Ngijabule ngemiphumela kepha ngicabanga ukuthi abafana kumele bafake umfutho othe xaxa. Bangenza kangcono kunalo mdlalo. Ibhola abebelidlala alingihlabanga umxhwele."



 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
48% - 1032 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
52% - 1107 votes
Vote
Rand - Dollar
19.23
-0.1%
Rand - Pound
23.97
-0.1%
Rand - Euro
20.59
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.50
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.0%
Platinum
910.30
-0.2%
Palladium
996.50
-0.9%
Gold
2,310.61
-0.2%
Silver
27.03
-0.5%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,573
+0.8%
All Share
74,514
+0.7%
Resource 10
60,444
+1.4%
Industrial 25
104,013
+1.2%
Financial 15
15,836
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE