Share

Isengavuka izithathe iBarcelona - Umdlali

Barcelona – Umdlali weBarcelona useqinisekile ukuthi ukuhlulwa kwaleli qembu ngaphansi komqeqeshi omusha akuchazi ukuthi sekumele kutatazelwe njengoba ethi konke kusahamba ngohlelo kulona.

Ngokombiko we-KickOff iBarcelona ihlulwe ngamagoli amathathu kwamabili emdlalweni we-UEFA Champions League yiqembu iParis Saint-Germain.

IBarcelona ibidlala umadlalo wayo wokuqala ngaphansi komqeqeshi uLuis Enrique. 

Umdlali wasesiswini weBarca u-Ivan Rakitic ofike kuleli qembu ngesikhathi iligi isathe khumu esuka kwiSevilla uthe ukuhlulwa kwabo ngoLwesibili akuchazi ukuthi sekuphelile ngabo.  

OLUNYE UDABA: Ufike elimele umdlali omusha weBarca

“Usuku lokuthi kuhlulwe iBracelona bekuvele kulindelekile ukuthi lizofika,” kusho lo mdlalo odabuka eCroatia.

“Sihlezi siqaphela futhi silindele noma yini kodwa okuhle ngathi wukuthi siyazethemba ngendlela esidlala ngayo,”  kusho lo mdlali.

“Wonke umdlalo esiwudlala uhlezi uyisivivinyo kithina, kumele siqhubeke nokwenza ngendlela ebesenza ngayo phambilini ngaphandle kokuphazamiseka.

Kumele siphakamise amakhanda siqhubekele phambili kwazise sinomdlalo onzima ozayo ngempelasonto.

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

     - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 459 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 981 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent-ruolie
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE