Share

Isidluliselwe ezikhulwini ze-SAFA ekaMasilela

Johannesburg - IBafana Bafana isiyidlulisele ku-SAFA ekaTsepo Masilela yokungafiki ekhempini yeqembu lesizwe ngemuva kokuthi iKaizer Chiefs ithe lo mdlali ulimele.

UMasilela neChiefs bangase bajeziswe uma i-SAFA iludlulisela ku-FIFA lolu daba njengoba imithetho yale nhlangano emele ibhola lomhlaba ithi i-SAFA inelungelo lokuhlola umdlali uma iqembu lingamdedeli ngoba lithi ulimele, kubika iKickOff.com.

Lo mdlali, 30, ubengakafiki ekhempini ngoLwesithathu emini ukuze odokotela beqembu bamhlole.

OLUNYE UDABA: Ngiwulinde ngabomvu owamanqamu - Masilela

IBafana izobhekana neMauritania ngoMgqibelo kowokuhlungelwa i-2017 Afcon.

IBafana ibingakatholi maphepha avela kuChiefs atshengisa ukuthi lo mdlali ulimele edolweni njengoba iqembu lisho.

“Besilindele uMasilela ukuthi afike ekhempini kepha kuze kube yimanje asikamboni. Ngokusho kweqembu lakhe ulimele edolweni, namanje sisalindele umbiko,” kusho uThulani Ngwenya ongodokotela weBafana.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do airplane mishaps have any effect on which airline you book your flights with?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, these things happen. I pick based on price
49% - 922 votes
Yes, my safety matters. I don't take any chances
51% - 962 votes
Vote
Rand - Dollar
19.24
-0.7%
Rand - Pound
23.93
-0.6%
Rand - Euro
20.56
-0.5%
Rand - Aus dollar
12.51
-0.9%
Rand - Yen
0.12
-0.6%
Platinum
912.50
-0.8%
Palladium
1,016.50
-0.9%
Gold
2,322.23
+0.0%
Silver
27.32
+0.1%
Brent-ruolie
88.42
+1.6%
Top 40
68,442
+0.6%
All Share
74,388
+0.5%
Resource 10
59,697
+0.1%
Industrial 25
104,014
+1.2%
Financial 15
15,892
-0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE