Share

Isizathu esibambe uTefu ekuvuseleleni inkontileka

Johannesburg - Kubikwa ukuthi isizathu sokungasayini kukaTefu Mashamaite inkontileka entsha kuKaizer Chiefs asihlanganise lutho neminyaka abamnikeze yona, kodwa inkinga imali.

IKickOff.com ithi ibikelwe ukuthi inkinga enkulu yokuthi lo mdlali angayivuseleli inkontileka yakhe yimali.

Funda nalolu daba: Besimdinga kakhulu uMushekwi - ElaseSweden.

“Cha, udaba lokuthi welulelwe inkontileka ngonyaka owodwa alusilona iqiniso. Umdlali unikezwe ithuba lokwelulelwa inkontileka ngeminyaka emibili, nayo engase ivuselelwe ngonyaka owodwa ngokuhamba kwesikhathi, futhi ujabulile ngalokho. Kodwa into eyodwa engakalungiswa udaba lwemali,” kusho umthombo.

“Uma sebefinyelele esivumelwaneni ngemali, umdlali uzosayina. Kuyisifiso sakhe esikhulu ukuhlala kuChiefs, kodwa khumbula ukuthi ungumdlali obalulekile kuleli qembu, ngakho nomholo wakhe kumele ukubonakalise lokho.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24). 

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 523 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 735 votes
Vote
Rand - Dollar
18.92
+0.1%
Rand - Pound
23.87
+0.2%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.32
+0.1%
Rand - Yen
0.13
+0.1%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE