Share

Kubuye abebebolekisiwe kwiDowns

Johannesburg – Iqembu elidume ngokukhokhela abadlali izizumbulu zemali iMamelodi Sundowns lidalule ukuthi abukho ubuso obusha obuzobonakala kuleli qembu ngesizini ezoqala ngaphandle kwabadlali abebebolekisiwe.

AmaBrazilians aqale ukuzilolongela isizini ezoqala ngoLwesibili eChloorkop ePitoli.

“NgoLwesibili abadlali batheleke okokuqala ukuzoqala amalungiselelo esizini ka-2015/16.

Ngaphandle kwabadlali abebebolekiswe kwamanye amaqembu abukho ubuso obusha obuzobonakala kuleli qembu.

OLUNYE UDABA: IWits ithi ayikasithathi isinqumo ngowayedlala kuChiefs

Abadlali bakhombise ukujabula kakhulu ngokubuye bahlangane futhi ngemuva kwekhefu.

"Abadlali baqale ngokubonana nodokotela ukuze baxilongwe isimo sempilo yabo ngaphambi kokuqala kwesizini,” kubhala iwebsite yaleli qembu ngokubika kweSoccerLaduma.  

Ukwenza amalungiselelo okuqala kwesizini leli qembu eliqeqeshwa uPitso Mosimane lizozimbandakanya nemidlalo yobungani esazomenyezelwa kuyona i-website yalo.

Umdlali okubikwa ukuthi usayinwe yileli qembu umgadli waseBurundi uFiston Abdul Razak obegijime eqenjini iSofapak FC edlala kwiKenya Premier League.

        - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

          - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 534 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 753 votes
Vote
Rand - Dollar
18.90
+0.2%
Rand - Pound
23.85
+0.2%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.32
+0.2%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE