Share

Kudingidwa ikusasa lomqeqeshi weZinyoni

Johannesburg – Umqeqeshi weMoroka Swallows uZeca Marques uhlangane nezikhulu ukuzodingida ikusasa lakhe kuleli qembu ngemuva kokwehlulwa umdlalo wabo wesihlanu kule sizini ngempelasonto. 

Ngokubika kwe-KickOff iSwallows italajwe yiMpumalanga Black Aces ngamagoli amathathu kwamabili ngoMgqibelo.

Kubikwa ukuthi ukuhlangana kwalo mqeqeshi nabaphathi beqembu kulandela imiphumela engemihle yalo kule sizini. 

Umthombo ukuqinisekisile ukuhlangana kukaMarques nezikhulu.

OLUNYE UDABA: Bebengazimisele abadlali - OweSwallows

“Kunjalo uzohlangana nezikhulu kodwa ngicabanga ukuthi kumayelana nenkulumo yakhe ngemuva kwalo mdlalo.

Ngibona ukuthi akusho akuhambisananga nabaphathi kodwa kungenxa yemizwa yangaleso sikhathi,”  kuchaza umthombo. 

“Kulo mhlangano kuzophinde kudingidwe ngekusasa lakhe uMarques eqenjni kulandela ukungadlali kahle kwalo kule sizini okuyinto ebakhathaza kakhulu abanikazi balo,” usho.

Kulindeleke ukuba iSwallows ibhekane neKaizer Chiefs ngoLwesithathu edlala engakaze ihlulwe kule sizini emdlaweni weligi e-FNB Stadium.



    - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

    - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 416 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 876 votes
Vote
Rand - Dollar
19.07
+0.5%
Rand - Pound
23.60
+1.0%
Rand - Euro
20.32
+0.3%
Rand - Aus dollar
12.24
+0.5%
Rand - Yen
0.12
+0.4%
Platinum
943.20
-0.8%
Palladium
1,035.50
+0.6%
Gold
2,388.72
+0.4%
Silver
28.63
+1.4%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE