Share

Kulindeleke imemezele umqeqeshi omusha iMadrid

Madrid – Kulindeleke ukuthi uRafael Benitez amenyezelwe ngokusemthethweni njengomqeqeshi omusha weReal Madrid ngemuva kokukhonjwa indlela kukaCarlo Ancelotti, ngokubika kweBBC Sport.

U-Ancelotti ibhantshi lakhe ligcwale umoya ngoMsombuluko ngemuva kokuxoshwa uMengameli waleli qembu uFlorentino Perez.

OLUNYE UDABA: UMashaba uthi uDe Sa umenza umuntu omubi esizweni

Lo mqeqeshi uhlulekile ukulethela leli qembu isicoco ngesizini ka-2014/15 nakuba akwazi ukuletha izicoco ezimbili ngesizini eyandulela lena lapho anqoba iChampions League neCopa del Rey.

UPerez uthe bazomemezela umqeqeshi omusha ngesonto elizayo kanti imibiko esisabalele kwabezindaba ukuthui uBenitez uyena obhekwe ukuthi athathe izintambo kuleli qembu.

UBenitez usangumqeqeshi weNapoli.

       - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

           - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
31% - 482 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
69% - 1067 votes
Vote
Rand - Dollar
19.29
-0.7%
Rand - Pound
23.87
-1.1%
Rand - Euro
20.58
-1.2%
Rand - Aus dollar
12.38
-1.1%
Rand - Yen
0.12
-1.2%
Platinum
943.50
+0.0%
Palladium
1,034.50
-0.1%
Gold
2,391.84
+0.0%
Silver
28.68
+0.0%
Brent Crude
87.29
+0.2%
Top 40
67,314
+0.2%
All Share
73,364
+0.1%
Resource 10
63,285
-0.0%
Industrial 25
98,701
+0.3%
Financial 15
15,499
+0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE