Share

Kumele sifunde lukhulu kuPirates - Mosimane

Johannesburg - Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uPitso Mosimane usekwenze kwacaca ukuthi i-MTN8 ayikho seqhulwini lezinto abazibekele zona njengeqembu kule sizini ezoqala.

Lo mqeqeshi owaholela ezakhe ekunqobeni isicoco se-Absa Premiership ngesizini edlule, uthe okubalulekile kubona ukuvikela isicoco seligi kanye nokwenza kahle kowe-CAF Champions League ngonyaka ozayo.

UMosimane uthi u-R8 million otholwa kulo mqhudelwano awubahehi ngokwanele, wathi yena ubheke ukuhlonishwa ezwenikazi aphinde avikele isicoco seligi, kubika iSowetan.

"Iziphathimandla zeqembu ziyakwazi okufunekayo kule sizini. Sicele ukuthi isizini yethu isheshe iqale ukuze singasaleli emuva ngemidlalo eminingi njengePirates neChiefs ngesizini edlule," esho.

"Kumele sisike iphethini kuPirates ngoba ngokwami yilona qembu elihamba phambili kuleli. Sikubheka kanjani lokho? Leli qembu lanqoba iChampions League ngo-1995, nokunguwona mqhudelwano omkhulu e-Afrika. ISundowns inezicoco eziningi kweyeligi kepha lokho akusho ukuthi isesigabeni sePirates."



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 275 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 382 votes
Vote
Rand - Dollar
18.97
-0.3%
Rand - Pound
23.97
-0.3%
Rand - Euro
20.51
-0.2%
Rand - Aus dollar
12.36
-0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.4%
Platinum
906.75
+1.1%
Palladium
1,015.63
+1.4%
Gold
2,208.55
+0.6%
Silver
24.60
-0.2%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,222
+0.8%
All Share
74,420
+0.7%
Resource 10
56,938
+2.3%
Industrial 25
103,869
+0.6%
Financial 15
16,500
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE