Share

Kumele simeseke uMashaba - Baxter

Johannesburg - Umqeqeshi weKaizer Chiefs uStuart Baxter uthi abaqeqeshi be-PSL nabanikazi bamaqembu kumele bameseke ngokupheleleyo umqeqeshi omusha weBafana Bafana, uShakes Mashaba ukuze lithuthuke ibhola lakuleli.

UBaxter ubekhuluma ngemuva kokuhlulwa kwezakhe koweBlack Label Carling Cup, nethathwe yi-Orlando Pirates okwesithathu ngoMgqibelo, kubika iKickOff.com.

“Kuhle ngoba kugcine sekwenzekile ebesikulindele. Uma sizimisele ngokuthi ibhola lakuleli lisimame kumele sisebenzisane," kusho uBaxter.

UBaxter uthe amaqembu adlala ku-PSL kumele adedele abadlali ukuba bayomela izwe uma befuna uMashaba aphumelele kulo msebenzi.

“Ngeke siqhubeke kanje, lapho wonke umuntu enza intando yakhe.

"Lokho kuyaliphazamisa kakhulu ibhola. Yingakho ngithi kumele sibambane ukuze sizokhiqiza iqembu lesizwe elizingeni eliphezulu."

UMashaba umenyezelwe njengomqeqeshi weBafana ngoMgqibelo, engena ezicathulweni zikaGordon Igesund.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 545 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 779 votes
Vote
Rand - Dollar
18.90
+0.2%
Rand - Pound
23.84
+0.3%
Rand - Euro
20.39
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.31
+0.3%
Rand - Yen
0.12
+0.2%
Platinum
908.05
0.0%
Palladium
1,014.94
0.0%
Gold
2,232.75
-0.0%
Silver
24.95
-0.1%
Brent Crude
87.00
+1.8%
Top 40
68,346
0.0%
All Share
74,536
0.0%
Resource 10
57,251
0.0%
Industrial 25
103,936
0.0%
Financial 15
16,502
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE