Share

Kungenzeka ahambe mahhala uMasango kwiChiefs

Johannesburg – Isibabuli somdlali wasesiswini weKaizer Chiefs kungenzeka athathwe yiqembu laphesheya kwezilwandle bhusende uma kuphela le sizini.

Ngokubika kwe-Soccer Laduma inkontileka kaMandla Masango obuye agijime kwiBafana Bafana iyaphela ngoJuni wonyaka ozayo kanti kubiwa ukuthi azikaqali izingxoxo okuthi ivuselelwe neKaizer Chiefs.

Ngokomthetho wePremier Soccer League uMasango angakwazi ukuxoxisana nanoma yiliphi iqembu elimfunayo kusukela ngoJanuwari wonyaka ozayo njengoba inkontileka yakhe izobe isisalelwe yizinyanga eziyisithupha.

OLUNYE UDABA: Ukubekezela kuyabuyisela - Masango

Kubikwa ukuthi lo mdlali ongomunye wabahamba phambili kule sizini ubhekwe ngabovu yiqembu laseFrance iRennes njengoba kulindeleke ukuthi lithumele abazohlola lo mdlali uma ezoba yingxenye yemidlalo yamazwe i2015 African Cup of Nations  e-Equatorial Guinea ngoJanuwari.

Uma kuze kukushaya uJanuwari engasayinile namaKhosi uMasango kungenzeka iqembu laseFrance iRennes limthole  mahhala ngoba uzobe engenayo inkontile emvumbilile.

Ngokusho kweSiyagobhoza ophethe izindaba zalo mdlali uWalter Mokoena ukuqinisekisile ukuthi akakasayini lutho neChiefs.

      - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

        - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
42% - 388 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
58% - 537 votes
Vote
Rand - Dollar
18.94
-0.2%
Rand - Pound
23.91
-0.1%
Rand - Euro
20.43
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.34
+0.1%
Rand - Yen
0.13
-0.2%
Platinum
910.50
+1.5%
Palladium
1,011.50
+1.0%
Gold
2,221.35
+1.2%
Silver
24.87
+0.9%
Brent-ruolie
86.09
-0.2%
Top 40
68,346
+1.0%
All Share
74,536
+0.8%
Resource 10
57,251
+2.8%
Industrial 25
103,936
+0.6%
Financial 15
16,502
-0.1%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE