Share

Kungenzeka aphinde abolekiswe umgadli weDowns

Johannesburg – Kungenzeka aphinde abolekiswe umgadli weMamelodi Sundowns uBonginkosi Ntuli okusalindeleke ukuthi ajoyine leli qembu uma ebuya kwinkambi  yeBafana Bafana eMauritius.  

UNtuli uchithe isizini edlule ebolekiswe kuMaZulu FC agawulwe yizembe. 

Kubikwa ukuthi uNtuli usalinde uPitso Mosimane nethimba asebenzisana nalo ukuthi bathathe isinqumo ngekusasa lakhe kuleli qembu.

Lokhu kuqhamuka ngemuva kwezindaba zokuthi leli qembu kungenzeka lidedele abanye abadlali ngaphambi kokuqala kwesizini ka-2015/16.

OLUNYE UDABA:Imenenja iqinisekise olukaKhune neChiefs - Umbiko

Ngokuthola komthombo weSoccerLaduma izikhulu zaleli qembu zisazohlangana ukubheka abadlali abasezinhlelelweni zabaqeqeshi nalabo abangekho okumele babolekiswe kwamanye amaqembu.

Umthombo  uqhube wathi kulindeleke ukuthi uNtuli ajoyine iqembu uma esebuya enkambini yeBafana Bafana kanti lokhu akuchazi ukuthi uzoba yingxenye yeqembu engesizini ezoqala. 

UNtuli unenkontileka yeminyaka emithathu neDowns.

         - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

            - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Do you think corruption-accused National Assembly Speaker Nosiviwe Mapisa-Nqakula will survive a motion of no confidence against her?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
No, her days are numbered
41% - 180 votes
Yes, the ANC caucus will protect her
59% - 262 votes
Vote
Rand - Dollar
19.05
-0.8%
Rand - Pound
24.04
-0.6%
Rand - Euro
20.56
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.37
-0.2%
Rand - Yen
0.13
-0.8%
Platinum
899.20
+0.3%
Palladium
999.25
-0.3%
Gold
2,209.51
+0.7%
Silver
24.55
-0.4%
Brent Crude
86.09
-0.2%
Top 40
68,080
+0.6%
All Share
74,278
+0.5%
Resource 10
56,967
+2.4%
Industrial 25
103,572
+0.3%
Financial 15
16,456
-0.4%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE