Share

Kuphelile ngoMusona neChiefs

Johannesburg- Umphathi wezindaba ezithinta umgadli uKnowledge Musona usephumele obala wakucacisa ukuthi lo mdlali ngeke abe yingxenye yeKaizer Chiefs kule sizini.

Ngokubika kwe-KickOff uMike Makaab wePro Sport International ukhiphe isitatimende lapho ekubeke kwacaca ukuthi lo mdlali weHoffenheim ngeke esabolekiswa kuMakhosi kule sizini. 

“Ngemuva kwezingxoxo ezithathe isikhathi eside kuyasidumaza ukusho ukuthi zigcine zingaphumelelanga.

"Okube yingqinamba enkulu wukuthi uMusona ubengazimisele ukusayina isivumelwano esingaphezulu kwesizini eyodwa neChiefs, njengoba kuyiphupho lakhe ukudlala phesheya, ngakolunye uhlangothi iChiefs ibizimisele ukugcina isikhathi eside kunalesi,” kusho isitatimende. 

Lesi sitatimende siqhuba sithi uMusona ubonga kakhulu kwiChiefs nakubalandeli bayo ngokwesekwa akutholile ngesizini edlule.

Imeneja yeChiefs uBobby Motaung uthi izingxoxo aziphumelelanga ngenxa yesikhathi.

Uthembise ukuthi basazobuye baqhubeke nezingxoxo uma kuphinda kuvuleka elinye iwindi  lokubolekiswa kwabadlali.

UMusona unqakuzise amagoli angu-16 emdlalweni engu-25 ayidlalile ngesizini edlule.  


   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

   - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
67% - 801 votes
No! It's time to move on ...
33% - 402 votes
Vote
Rand - Dollar
18.98
+0.2%
Rand - Pound
23.75
+0.2%
Rand - Euro
20.36
+0.2%
Rand - Aus dollar
12.40
+0.0%
Rand - Yen
0.12
+0.9%
Platinum
924.60
-0.1%
Palladium
981.50
-0.9%
Gold
2,346.01
+0.6%
Silver
27.60
+0.6%
Brent Crude
89.01
+1.1%
Top 40
69,199
+1.1%
All Share
75,139
+1.1%
Resource 10
62,852
+1.2%
Industrial 25
103,954
+1.4%
Financial 15
15,896
+0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE