Share

Kusisize kakhulu ukunqoba kowomkhaya - Matlaba

Johannesburg - Umdlali wasemuva ku-Orlando Pirates, uThabo Matlaba, uthi ukunqoba kwabo umdlalo abebewudlala neKaizer Chiefs koweCarling Black Label Cup kunyuse ukuzethemba njengoba bezotholana phezulu neSuperSport kowe-MTN8 ngoMgqibelo.

UMatlaba, nokunguyena owafaka i-penalty elacacisa umdlalo, utshele iSiya crew ukuthi ukunqoba umdlalo womkhaya kubaluleke kakhulu.

“Uyabona nje ngisho ekhempini umuzwa umnandi abadlali bagcwele ukuzethemba. Lokho kusho ukuthi sizogadulisana neSuperSport sinomqondo wokuthi kumele siqhubeke la sigcine khona.

“Eqinisweni, akulula ukuzilungiselela umdlalo olandelayo uma usuke uhluliwe kowomkhaya,” kusho uMatlaba.

“Lo mdlalo esiya kuwo uzoba nzima kakhulu. Isizathu sokuthi ngisho lokhu yingoba imidlalo eminingi yezinkomishi esiyidlala neSuperSport ijwayele ukuphela ngama-penalty. Nginethemba lokuthi lo mdlalo sizowunqoba, kodwa njengoba ngishilo, kuzomele sibhukule,” kwenaba uMatlaba.

Lo mdlalo uzoba se-Orlando Stadium ngoMgqibelo, kanti uzoqala ngo-20:15.



 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
32% - 283 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
68% - 592 votes
Vote
Rand - Dollar
19.20
-0.2%
Rand - Pound
23.88
-0.2%
Rand - Euro
20.46
-0.3%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.3%
Platinum
941.90
-0.9%
Palladium
1,008.00
-2.1%
Gold
2,382.13
+0.1%
Silver
28.27
+0.2%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
66,679
-0.8%
All Share
72,723
-0.8%
Resource 10
62,993
-0.5%
Industrial 25
97,491
-0.9%
Financial 15
15,389
-0.6%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE