Share

Kuthiwa wenza into yamehlo uMasango phesheya

Johannesburg – Injini yeBafana Bafana, uMandla Masango, usezwakalise ukujabula ngemuva kokuqala ngegiya eliphezulu neqembu laseDenmak, ngemuva kokufaka igoli ngempelasonto.

Lo mdlali obedlalela iKaizer Chiefs ungene ngomzuzu ka-33 ngesikhathi iRanders FC ishaya i-Aalborg BK ngo 2-0 ngeSonto, kubika iKickOff.com.

UMasango uthi uyakuthokozela kakhulu ukuthola isiqalo esisha ebholeni wathi umqeqeshi uClive Todd umphethe kahle kakhulu.

OLUNYE UDABA: Kungenzeka ahambe mahhala uMasango kwiChiefs

“Ngiyakuthokozela kakhulu ukudlalela leli qembu,” kusho uMasango esekhempini yeBafana ngoLwesithathu ekuseni.

“Umqeqeshi uhlezi engitshela ukuthi kumele ngingazibeki phansi ngisebenzise ikhono lami nesivinini enginaso. Ngifuna ukubatshengisa into yamehlo.”

UMasango ufike ngoLwesibili ekhempini yeBafana waqala ukuzilolonga ngoLwesithathu nabanye abadlali abadlala phesheya kwezilwandle, okubalwa kubo oTokelo Rantie, Ayanda Patosi, Thulani Serero, Daylon Claasen, Anele Ngcongca no-Andile Jali.

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Should the Proteas pick Faf du Plessis for the T20 World Cup in West Indies and the United States in June?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes! Faf still has a lot to give ...
65% - 418 votes
No! It's time to move on ...
35% - 230 votes
Vote
Rand - Dollar
19.04
+0.9%
Rand - Pound
23.83
+0.5%
Rand - Euro
20.43
+0.6%
Rand - Aus dollar
12.39
+0.7%
Rand - Yen
0.12
+1.0%
Platinum
920.50
+0.9%
Palladium
981.50
-2.3%
Gold
2,330.33
+0.6%
Silver
27.33
+0.6%
Brent Crude
88.02
-0.5%
Top 40
68,437
-0.2%
All Share
74,329
-0.3%
Resource 10
62,119
+2.8%
Industrial 25
102,531
-1.4%
Financial 15
15,802
-0.2%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE