Share

Kuzoletha izithelo ukubambisana kweSAFA neSascoc

Johannesburg – Zizosebenza ngokubambisana izinhlaka zezemidlalo kuleli iSouth African Sports Confederation and Olympic Committee (Sascoc) South African Football Association (SAFA) ngenhloso yokwakha ubudlelwano obuqinile bezemidlalo kuleli.

Ngokombiko lokhu lokhu kuvezwe yisitatimende esikhushwe ngoMsombuluko.

Kubikwa ukuthi lezi zinhlaka i-SAFA neSascoc zihlangane ngoMsombuluko zidingida okuningi okuphathelene nezemidlalo kuleli kanti phakathi kwezihloko ezithintiwe kulo mhlanganio kubalwa izikhungo zokuqeqesha, yizinga lezemidlalo kuleli, yizinhlaka zezifundazwe ezimele ezemidlalo nokuthi i-SAFA ingangena kanjani ezinhlelweni zeSascoc.   

OLUNYE UDABA: I-SAFA idayise amalungelo eBafana

“Ngijabule ukuthi umhlangano ube yimpumelelo futhi uzoba nezithelo ezinhle okuyinto enhle kakhulu eNingizimu Afrika,” kusho uMengameli weSascoc uGideon Sam.   

Kuthiwa i-SAFA iveze ukuthi iqembu labadlali abangaphansi kweminyaka engu-23 ubudala liyathembisa kodwa inkinga isemaqenjini nalabo abamele abadlali kwazise ababakhululi abadlali uma bedingwa yiqembu lesizwe.  

Kulo mhlangano lezi zinhlaka ziphothule ngokuthi sezizohlangana njalo ukuze zazisane ukuthi sezihambe ibanga elingakanani ngokwezinhlelo.

   - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho

 

   - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

We live in a world where facts and fiction get blurred
Who we choose to trust can have a profound impact on our lives. Join thousands of devoted South Africans who look to News24 to bring them news they can trust every day. As we celebrate 25 years, become a News24 subscriber as we strive to keep you informed, inspired and empowered.
Join News24 today
heading
description
username
Show Comments ()
Voting Booth
Can radio hosts and media personalities be apolitical?
Please select an option Oops! Something went wrong, please try again later.
Results
Yes, impartiality is key for public trust
33% - 60 votes
No, let's be real, we all have inherent biases
67% - 124 votes
Vote
Rand - Dollar
19.25
-0.5%
Rand - Pound
23.89
-0.3%
Rand - Euro
20.46
-0.4%
Rand - Aus dollar
12.31
-0.1%
Rand - Yen
0.12
-0.7%
Platinum
947.50
-0.3%
Palladium
1,022.50
-0.7%
Gold
2,384.11
+0.2%
Silver
28.27
+0.1%
Brent Crude
87.11
-0.2%
Top 40
67,190
0.0%
All Share
73,271
0.0%
Resource 10
63,297
0.0%
Industrial 25
98,419
0.0%
Financial 15
15,480
0.0%
All JSE data delayed by at least 15 minutes Iress logo
Editorial feedback and complaints

Contact the public editor with feedback for our journalists, complaints, queries or suggestions about articles on News24.

LEARN MORE